Uyafuna ukuba nezilwane ezinempilo? izinkomo

Uyafuna ukuba nezilwane ezinempilo?  izinkomo

Ufuyile? Uyafuna ukuba nezilwane ezinempilo? Uyabheka isixazululo esingabizi?

Izinkomo

I-ASSAGAY FEEDS igcina izinto ezahlukahlukene ezingaphezu kuka 4000 ezingakusiza ugcine ukhulisa imfuyo enempilo.Iqembu elinobungani bakulindele ukukusiza nganoma yimuphi imibuzo onayo kanye nokukuqinisekisa,i-Assagay Feeds iyakulethela izinto lapho ukhona.Ungafonela esitolo ukufaka i-oda lakho obese konke uyalethelwa epulazini lakho.

livestock assagay feeds pet supplies durban

i-Assagay Feeds ingakusuza uma udinga ukucebiswa kanye nezinto ozidingela imfuyo yakho lokhu okuzidingayo zayo:

ukunakekelwa kwezilwane

-Imithi yezilwane ezincela igazi lezinye izilwane
-Imithi yezikelemu
-Imithi ebulala amagciwane ezilwaneni ezigulayo
-Imithi yezinkukhu kanye namavithamini
-Utshani/ukudla kwamahhashi/ukudla kwezinye izilwane
-Ubisi lwezilwane

Ukudla okufakwe ezikhwameni zazo okufana ne

-Ukudla kwezikukhu
-Into yokundlalela izinkukhu
-Ukudla kwezinkomo okuhlanganisiwe
-Into yokukhulisa izingulube

Imithi yezilonda

-Isupona
-Iterramycin

Kunokuningi ekunakekelweni kwezinkomo kunalokho umuntu angakucabanga, qiniseka ukuthi uxoxa neqembu elinobungane nelinolwazi e-Assagay Feeds ukuthola kabanzi ngezinkomo nokunakekelwa kwazo okubandakanya okubandakanya: Ukulawulwa Kwesisindo, Izidakamizwa, Ukugonyelwa, Izithako, Umuthi, Imikhiqizo yokunakekela kanye Nemithi Yokucindezela.

Ngezinto ezingaphezu kuka 4000 esitolo sinesiqiniseko sokuthi ungathola nomayini oyidingayo.Vakashela i-Assagay Feeds ukuthola ukuthi singakusiza ngani ukuze sigcine izilwane zakho zinempilo.

Uma udinga izidingo zezilwane zakho thintana ne Assagay Feeds kulenombolo 031 768 1165 noma usivakashele ku 7 Cliffdale Road,eShongweni.

Call us or visit us to find out more.

We cater for:
🐕 Domestic Pets
🐷 Farm Animals
🦔 Select Exotic Pets

✅ Animal Feeds
✅ Medical & Care Products
✅ Animal Bedding
✅ Accessories & Toys
✅ Over 4000 products in store
✅ Delivery Service
✅ Knowledgeable & Friendly service

CONTACT ASSAGAY FEEDS

7 Cliffdale Rd, Assagay KZN

 031 768 1165

sales@assagayfeeds.co.za

Opening Hours

Weekdays from 7:00 – 17:00

Saturdays from 8:00 – 13:00

Click here to follow Assagay Feeds on Facebook 

These articles are intended for general understanding and education. We encourage you to chat with the knowledgeable team at Assagay Feeds for more information on animal feed, medical products or any other queries you may have.

Nothing contained in articles is or should be considered, or used as a substitute for, veterinary medical advice, diagnosis or treatment; please always consult your vet.

Tagged with: , , ,